Sjava - Umama (Official Music Video) (Prod. Mace)

Player Server YoutubeDownload video
Loading...
Shot in his hometown, Bergville, Ambitiouz Entertainment’s award-winning artist, Sjava releases visuals for his number one track, Umama.

Follow Sjava on social media: Twitter and Instagram: @Sjava_ATM
Facebook: Sjava

Get Umama on these platforms:

iTunes: http://t.co/urSpJTTKo0

Spotify: http://t.co/fdMgMcrAF7

Deezer: http://t.co/pSuSQXjsxj

Google Play:
http://play.google.com/store/music/a...

LYRICS:
Sjava- Umama lyrics

Khumbul' uMa
Ak’savum
Ang'sakhoni ng’khumbul'uma
Ngith' ak'savumi ng'khumbul' uma
Sebeth' indoda endala kangaka
Ikhalel' umawayo
Tha bafwethu ngeke ni-understand
Ndoda endala kangaka ikhalel’ umawayo
Tha bafwethu ngeke ni-understande
Uyojabula mang'fika athi ushembe uyaphila
Kulengozi zom'gwaqo mtanami
Ng'yajabul’ ufik’ usaphila
Beka iy'khwama ke emsamo
Landi impepho kagogo erounden
Ng'phahle ngikhulume nabadala
Ng'batshele usemagcekeni
Invul'iyana emakhaya
Ses'phelile amakhaza
Mawubuy' eGoli, cel' ung'phathel' iheater ngoba ngempela uzong'gcwaba
Yaz uma avunamahlaya,
ngeke ushone ng'sakuthanda
Kuyoba yis'busiso kimi ukuthi ubekhona mawami mang'shada
Ngob' uyokwazi thi ukung'bonisa
Masezing'buyela ngith' emshadweni
Ngoba uyokwazi uth' ukung'duduza
Masezi ng'buyela ngth’ emshadweni
Ang'sakhoni, ang'sakhoni, ang'sakhoni
Ngikhumbul' uma
Thi ang'sakhoni, ang'sakhoni, ang'sakhoni
Ngikhumbul' uma
Sebeth' indoda endala kangaka
Ikhalel' umawayo
Tha bafwethu ngeke ni-understand
Ndoda endala kangaka ikhalela umawayo
Tha bafwethu ngeke ni-understand
Into eng'ythanda ngekhaya,
Ukuthi ekhaya ak'ngenwa ngemali
Noma ng’ngasebenzi
Umama ung'thanda ngenkani
Noma umhlaba ungang'shaya
Uzong'thulisa athi mtanami ungakhali
Ubukek' ukhathele awuthi ngiland' ukudla baba hlalaphansi
Ang'sakhoni, ang'sakhoni, ang'sakhoni
Ngikhumbul' uma
Sebeth' indoda endala kangaka
Ikhalel' umawayo
Tha bafwethu ngeke ni-understand
Ndoda endala kangaka ikhalela umawayo
Tha bafwethi ngeke ni-understand
Channel: Ambitiouz Entertainment java.com: Java e, Gratis Java-software downloa, JAVA-U – JAVA-U C, Sjava - Linda [Sjava Special] - YouT, Sjava - Ugogo (Isina Muva) - YouT, Java SE - Downloads | Oracle Technology Network | , Java | GratisSoftware.nl Downlo, Java™ SE Development Kit 8, Update 131 Release , μTorrent® (uTorrent) - a (very) tiny BitTorrent cli, Het meest complete foodserviceaanbod op de markt | JAVA ,
Page:
Tags:
Loading...

Related videos

Loading...